Gospel Songs

Joyous Celebration – Bhekani Ujehovah (Mp3 Download, Lyrics)

Bhekani Ujehovah by Joyous Celebration (Mp3 Download, Lyrics)

Download Bhekani Ujehovah Mp3 by Joyous Celebration

Download Mp3

My Money

Video: Bhekani Ujehovah by Joyous Celebration

Bhekani Ujehovah Lyrics by Joyous Celebration

Bhekani kuy’ u Yehova, umdala wezinsuku
Funani ubuso bakhe, nimkhonze naye
Ulungile unothando, nenceb’ engapheliyo
Uthanda thina sonke
Bhekani kuy’ u Yehova, umdala wezinsuku
Funani ubuso bakhe, nimkhonze naye
Ulungile unothando, nenceb’ engapheliyo
Uthanda thina sonke

Ebunzimeni, uhlal’ engumncedi wami
Uhamba nami, uhlal’ eseduze kwami
Noma kumnyama, Yen’ ukukhanya kwami
Uyabonelela uYehova, uBaba wam
Ebunzimeni, uhlal’ engumncedi wami
Uhamba nami, uhlal’ eseduze kwami
Noma kumnyama, Yen’ ukukhanya kwami
Uyabonelela uYehova, uBaba wam

Udeka itafula, phambi kwezitha zami
Ngidle, ngidle, O Baba ngiyabonga
Udeka itafula, phambi kwezitha zami
Ngidle, ngidle, O Baba ngiyabonga

Ebunzimeni, uhlal’ engumncedi wami
Uhamba nami, uhlal’ eseduze kwami
Noma kumnyama, Yen’ ukukhanya kwami
Uyabonelela uYehova, uBaba wam
Ebunzimeni, uhlal’ engumncedi wami
Uhamba nami, uhlal’ eseduze kwami
Noma kumnyama, Yen’ ukukhanya kwami
Uyabonelela uYehova, uBaba wam

Bong’ uYehova mphefumlo wam
Undenzela konk’ okuhle
Bong’ uYehova mphefumlo wam
Undenzela konk’ okuhle

  Rehema Simfukwe - Huniachi

Udeka itafula, phambi kwezitha zami
Ngidle, ngidle, O Baba ngiyabonga
Udeka itafula, phambi kwezitha zami
Ngidle, ngidle, O Baba ngiyabonga
Udeka itafula, phambi kwezitha zami
Ngidle, ngidle, O Baba ngiyabonga

Udeka itafula, phambi kwezitha zami
Ngidle, ngidle, O Baba ngiyabonga
Udeka itafula, phambi kwezitha zami
Ngidle, ngidle, O Baba ngiyabonga

Udeka itafula, phambi kwezitha zami
Ngidle, ngidle, O Baba ngiyabonga
Udeka itafula, phambi kwezitha zami
Ngidle, ngidle, O Baba ngiyabonga
Udeka itafula, phambi kwezitha zami
Ngidle, ngidle, O Baba ngiyabonga

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *